Ngiyazifela Lyrics
Ngiyazifela,noma bengathini ngawe mina ngiyagcwala ngawe
Ngizohlala nawe nsuku zonke ngizohlala ngingowakho
Kudala bengitshela ngawe bengixwayisa sithandwa sami
Ukunikela ngenhliziyo yami kuzongibangela usizi nje
Angifun' ukuzwa lutho
I can't help loving you x4
Ngizokumela, malanga onke ngizobaseduze kwakho
Kudala ngibatshela ngawe
Ngithi nguwe wedwa qha isokalami
Futhi seng' qedile mina ukunikela ngothando lwami lonke
Kodwa angifun' ukuzwa lutho
I can't help loving you x4
I'm never, never gonna stop loving you x2
https://www.elyricsworld.com/ngiyazifela_lyrics_lira.html
Never gonna stop said i'm never gonna stop
Ngiyazifela, enhliz'weni yami nguwe wedwa
Nabangani ngizobatshela, bazongixolela
Ngiyazi fela, fela fela fela yoh
Ngiyazifela (sustaining) x5