Umama Lyrics
Khumbul` uMa
Aksavum
Ang`sakhoni ngikhumbul`uma
Ngith` ak`savumi ng`khumbul` uma
Sebeth` indoda endala kangaka
Ikhalel` umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understande
Uyajabula mang`fika athi Ushembe uyaphila
Kulengozi zom`gwaqo mtanani
Ng`yajabula ufike usaphila
Beka iy`khwama ke emsam
Landi impepho kagogo erounden
Ng`phahle ngikhulume nabadala
Ng`batshele usemagcekeni
Invul`iyana emakhaya
Ses`phelile amakhaza
Mawubuy` eGoli, cel` ung`phathel` iheater ngoba ngempela uzong`gcwaba
Yaz uma avunamahlaya,
ngeke ushone ng`sakuthanda
Kuyoba is`busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang`shada
Ngob` uyokwazi thi ukung`bonisa
Masezing`buyela ngith` emshadweni
Ngoba uyokwazi uth` ukung`duduza
Masezi ng`buyela ng`thi emshadweni
Ang`sakhoni, ang`sakhoni, ang`sakhoni
Ngikhumbul` uma
Thi ang`sakhoni, ang`sakhoni, ang`sakhoni
Ngikhumbul` uma
Sebeth` indoda endala kangaka
Ikhalel` umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
https://www.elyricsworld.com/umama_lyrics_sjava.html
Tha bafwethu ngeke ni-understande
Into eng`ythanda ngekhaya,
Ukuthi ekhaya ak`ngenwa ngemali
Noma ng`ngasebenzi
Umama ung`thanda ngenkani
Noma umhlaba ungang`shaya
Uzong`thulisa athi mtanami ungakhali
Ubukek` ukhathele awuthi ngiland` ukudla baba hlalaphansi
Ang`sakhoni, ang`sakhoni, ang`sakhoni
Ngikhumbul` uma
Sebeth` indoda endala kangaka
Ikhalel` umawayo
Tha bafwethu ngeke ni-understand
Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo
Tha bafwethi ngeke ni-understande